Paroles de la chanson Vuma Dlozi par Big Zulu

Chanson manquante pour "Big Zulu" ? Proposer les paroles
Proposer une correction des paroles de "Vuma Dlozi"

Paroles de la chanson Vuma Dlozi par Big Zulu

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Ngokuphumelela kwami, ngathol' amazondo nganilaya
Ekuhluphekeni kwami, ngashiya nogogo ngakhala
Aw ngivikele dlozi lami, ngiy'nkabi ngingqingqo nginganixaka
Awu xola sitha sami, ngathatha nendondo nayisapha
Thokoza gogo, lempumelelo kodwa singifakele izitha
Ngahlomil' indondo, ngokuphokophela ngezwa sekuhkonkoth'izinja
Ngaziphonsel' ithambo zaxabana zodwa, wenkabi bokhuza amadika
Ngadons' ubrentwood ngangena kwingezo, ezami ngaziphonsela ipizza
Onkabi inganigila, ngaybiza nabhimba
Ngazibiza ngenkabi, nazibiza ngenkabi, bafana nganidida
Ngoshuni nginganixina, ngenduku nginganidinda
Ngazigubhel' umgodu, bangilethel' isdumbu, ngavele ngasigqiba

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Ngizofika sebedubile
Ngizoyibiza sebevukile
Lenkabi sebeyivumile
Yangena baybiza uBadumile
Ngizogeza qebegezile
Ngenduku sebeguqile
Bacutha ngemkhonto ke baphel' am
Inkabi kad' idlulile
Ngazalwa ngabikwa nashiywa
Ngabamba zaqina nganixina
Nganfaka esbayenin nganiqibel' inyama
Nakhala ngeyinzipho ngankhipha
Ngagadla nganithinta nalila
Ngathatha ngakhipha ngakhwifa
Nganinik' uBrentwood nachamel' isoka
Washayi los gaat ngamkhipha
Ungangisheli ngo skrr skrr, inkabi ayini feeli
Bakhul' eslungwini, bachamel' endlini ngengezo abazithinti
Ezami abayfici, baqhathwa noshuni bakhulum' islungu
Tolika bathini

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la, zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la, awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama, wololowo ma wololowo
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma
Aw ,ngithi vuma, vuma vuma dlozi lami, vuma vuma

Paroles.net dispose d’un accord de licence de paroles de chansons avec la Société des Editeurs et Auteurs de Musique (SEAM)

Sélection des chansons du moment