Paroles de la chanson Mali par Mlindo the Vocalist

Chanson manquante pour "Mlindo the Vocalist" ? Proposer les paroles
Proposer une correction des paroles de "Mali"

Paroles de la chanson Mali par Mlindo the Vocalist

Webo, yaya
Heh yay a nana
O wowo

Weh bafwethu mmm
Ngicela ning' cabangisise
Weh bafwethu mmm
Ngicela ning' bonise
Ever since ngifike la egoli
Kudlima aiml'yam
Noma ngihleli namathekeni
Or amajita, hayi still kuyafana, bathi
Faki mali uzobona weh
Ufaka mali uzobona
Ufaka mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona mmm
He bafwethu mina ngiya' cela
Hayi ngiyekeni
Ngoya nayi imal yam iphela
Hayi ngiyekeni
He bafwethu mina ngiya' cela
Hayi ngiyekeni
Ngoba nayi imal yam iphela
Hayi ngiyekeni
Bahti faki' mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona
Ufaki mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona mmm

Mna ndi ndodwa ekhaya
Ndi swipha ndodwa apha
Bawele bathi bamba la, uphuze la
Usathi uyaphuza, swipha la
Uthengele wonk' umuntu
Umulahlile uyadliwa
Vezimali, vezimali
Nom' ungafun ukwaliwa
Vezimali, vezimali mali weh
Umhlaba uyajikeleza
Nabantu bayajikelana mali weh
Umhlaba uyajikeleza

Masithi uyathandana nomuntu wakho
Umuntu wakho yena uthanda ema phathini
Ema phathini ke kukhona maxhalanga
Amaxhalanga afun' uk' bhubhula umuntu wakho
Aphinde athathe imali yakho
Uyathandana nomuntu wakho
Umuntu wakho yena uthanda ema phathini
Ema phathini ke kukhona maxhalanga
Amaxhalanga afun' uk' bhubhula umuntu wakho
Aphinde athathe imali yakho
Mali, yenz' umhlab ujikeleze
Nabantu bajikelane
Yenz' umhlab ujikeleze
Mali, yenz' umhlab ujikeleze
Nabantu bajikelane
Yenz' umhlab ujikeleze
Umungafun ukwaliwa
Vezemali, vezemali
Umungafun ukwaliwa
Vezemali

Paroles.net dispose d’un accord de licence de paroles de chansons avec la Société des Editeurs et Auteurs de Musique (SEAM)

Sélection des chansons du moment